Lesi sifundo sidingida kabanzi ngokuhluzwa kanye nokwakheka kwezinkondlo. Sihlukaniseke izingxenye ezimbili kukhona izinkondlo zomdabu kanye nezinkondlo zesimanje. Uma sihluza sisebenzisa izinjulalwazi/izinsizakuhlaziya ezahlukene okuyizona ozofundiswa ngazo kulesi sigamu sonyaka.